Incazelo emfushane
Siyakwemukela kulelizwe elihle lokugcinwa kwe Koi Carp, lapho ubuhle, ukuheha noku hlangana kobuciko boku nakekelwakwemvelo ehlala emanzini. Lelibhuku lenzelwe ukuba likusize likuvulele indlelaezweni lobuhle balezinhlanzi ezihehayo nasebucikweni bazo obuthandekayo. Noma ngabe uyafika kuloluthando lwendalo yamanzi noma ngabe unalo ulwazi kodwa ufuna ukuthola ulwazi olungeziwe, lelibhuku lizokusiza ngolwazi oludingayo ukuze ukwazi ukunakekela i-Koi yakho.
Incazelo ephelele
Ngaphandle nje kokuth i-Koi itholakala umhlaba wonke, funi igxile kakhulu eChina nase Japan, kodwa, basuka esiqwini samanzi olwandle olumnyama, ulwandle i-Caspian kanye nolwandle i-Aral. I-Koi Carp isithandwa kakhulu kunakuqala, sebewuphawu lokuthula noxolo olunakekelwayoezingadini zamanzi umhlaba wonke. Imibala yalezinhlanzi ezichazayo, ubuhle besakhiwo sazo, noku nyakaza kwaz’ okunesizotha kuzenza zibe nenhlalo enokuthula okwenza ichibi lakholibe indawo yokuhlala enokuthula.
Ukugcinwa kwe Koi Carpkwenzelwe ukusiza laboabaqalayo, ngolwazi lemigomo ebalulekile ngokunakekelwa kwe Koi. Kusukela ekukhetheni kwe ndawo nesikalo samanzi, ukubapha ukudla ngokufanele kanye nezimo zempilo zeKoiezejwayelekile, lencwadi inje ngomsizi wakho kuloluhambo olumayelana nokuphila ngaphansi kwamanzi. Njengoba uqala loluhambo, khumbula ukuthi Ukugcinwa kwe Koiakulona uthando nje, kuwubudlelwane ubukhulayo ngokuhamba kwesikhathi.
Explore Ukugcinwa Kwe Koi Carp by Owen Jones on eBooksStore by Arnlweb. Discover book details, reader ratings, reviews, release information, genres, and related digital books available through the iTunes Store.
This book is part of our growing collection of bestselling eBooks, popular digital reading materials, and trending author releases. Readers can explore similar books, discover new authors, and browse related genres including fiction, romance, mystery, fantasy, business, self-help, educational books, and more.
Our platform helps readers discover highly rated digital books optimized for smartphones, tablets, laptops, and desktop devices. Browse fast-loading book pages, reader reviews, and popular recommendations from bestselling authors worldwide.